UKUTHATHELA nokubika izindaba ngokukhululeka, yilungelo elibalulekile kodwa elivame ukucindezelwa emkhakheni wezobuntatheli.
NGENKATHI kuhlasela ubhubhane iCovid-19 ngo-2020, kwakhahlamezeka amabhizinisi amaningi angaphansi kwemikhakha ehlukene.
EBANTWINI abalandela inkolo yobuKhrestu, inkathi yePhasika isho impelasonto yokudumisa nesikhumbuzo sokufa nokuvuka kweNkosi yabo enguJesu Khrestu.
KUSASA wusuku olukhulu futhi olukhethekile enyuvesi yaKwaZulu-Natal, iMangosuthu University of Techonology (MUT) eseMlaza, njengoba kuzobe kubekwa ushansela wayo ...
SIDONSE izivakashi zamazwe omhlaba isifundazwe iKwaZulu-Natal kuleli ngokuba nezindawo zokuvakasha ezikhethekile futhi ezisezingeni lomhlaba.
UKUBA nomuzwa wokuphila kahle, ukuthula nokukhululeka emoyeni, ngezinye zezinto eseziseqhulwini lezivakashi uma zihlela amaholidi nezindawo ezizozihambela.
CISHE baningi asebezenzile izinhlelo zokuzikhipha nabathandiweyo babo njengoba ngoLwesibili kuwusuku lwezithandani.
MINYAKA yonke ngesikhathi sokukhishwa kwemiphumela ka-matric, kuhlale kwexwayiswa ngamakolishi angombombayi. Ngenxa yokuthi isibalo sabafundi abaphase u-matric sihlale ...
KUQOPHEKE umlando ngeSonto, ngenkathi iqembu lebhola laseThekwini, i-EThekwini Coastal liphakamisa okokuqala indebe entsha ceke,
WAMUKELWE ngezeluleko ezijulile umfundisi omusha ceke webandla lamaWeseli, obamukelwa ngokusemthethweni ngeledlule eDobsonville, eSoweto, uMfundisi Akhona Masiza ...
ENYE yezinto ezihamba phambili uma uhlela umshado omhlophe yindawo ozoshadela kuyo. Akusafani nakuqala lapho kwakuqashwa noma yiliphi ihholo, bese kudlisa ukuthi ...
ISIQALILE inkinga yaminyaka yonke lapho ngalesi sikhathi kuqubuka khona ubugebengu ngemali yesitokofela. Njalo ngalesi sikhathi sonyaka sibika ngezigemegeme zokuqolwa ...
KAYIFUNI ukuphela imvunge ngokuphepha kwamabhishi aseThekwini, njengoba sekusondele isikhathi samaholidi kaKhisimusi. Imvunge ibangwa yisimo sokuqubuka kwegciwane ...
SINGENISILE isitayela sokunyusa izinga lomcimbi ngokuqasha ungoti ozochazela izimenywa nezicukuthwane ngokusheba ukudla newayini. Ungoti usuke azi konke ngezinhlobonhlobo ...
KUSELE isikhathi esingangenyanga kuqale amaholidi okuphela konyaka.
INGOMA yodumo yesilomo sama-piano, uYoung Stunna, ethi Asike Sithi Shwi, ingifake ugqozi lokugcina ngiluhlelile uhambo ebengilokhu ngiluhlehlisa. Ngiphambane nayo ...
KUNEMIKHAKHA emibili owezokungcebeleka nowezemidlalo, ekhombisa ngokusobala ukuthi iyingxenye ebalulekile kwezokuvakasha. Muva nje, bekuphithizela izihlabani zomhlaba ...
UKUZIBULALA kwabantu abasha kusayinkinga edinga ukusukunyelwa yizinhlaka ezehlukene. Ngokohlaka longoti nodokotela bezengqondo, iSouth African Society of Psychiatrists ...
ENGOSINI edlule yezokuvakasha sikwethulele imbokodo yaKwaZulu-Natal enamabhizinisi eyibambe kulo mkhakha. Iqhamuke nemibono, amasu nezeluleko ukugqugquzela abesifazane ...
SALWA kwaze kwaba sekupheleni iSilo uZwelithini kaBhekuzulu, silwela umhlaba kaZulu olawulwa yiNgonyama Trust. Umhlaba ongaphansi kweNgonyama Trust kade wawuzulelwa ...
NGENKATHI kuduma iqembu lomculo we-kwaito ...
IMBOKODO esembonini yezokuvakasha KwaZulu-Natal, izibambe zaqina ngesikhathi esinzima lapho kube nezimo eziphazamise umsebenzi. Ngo-2020 kwagadla igciwane iCorona ...
KUSASA, ngo-Agasti 9, wusuku olukhethekile lokubungaza abantu besifazane eNingizimu Afrika. Wusuku oluqhakambisa ubuhle, ubuhlakani nemisebenzi eyenziwa yiMbokodo ...
KUKHALWA nxa zonke ngokuba nzima kwesimo sempilo njengoba izindleko zithe bhe, kunyuka intengo yemikhiqizo. Yisimo lesi esibangela ukhwantalala njengoba phezu kwaso ...
IZINDAWO zokuvakasha eziningi zidlisa ngezinto ezihambisana nezikhathi zonyaka njengoba nemaphakathi lesifundazwe iKwaZulu-Natal liyadlisa ebusika. Ngaphambi kokungena ...